Month: August 2020

Isithembu

Isithembu sihle kubanikazi baso kodwa siyingozi uma sizokwenziwa iphoyisa lomgwaqo (Traffic Officer). Amaphoyisa avamise ukuhamba ngamabili emotweni. Lokho kusho ukuthi imoto eyodwa isetshenzwa amaphoyisa amabili, kanjani na? *Uma iphoyisa elilodwa limisa imoto liyokhuluma nomshayeli, leli elinye lima buqamama ligade noma yini engenzeka kuleli elikhuluma nomshayeli. Ngesilungu lokho kubizwa nge back up . *Khumbula phela imoto …

Isithembu Read More »

Ingozi Yokuhlehla/Ka reverse

Ngifisa kesithi janti engozini ka reverse. Umbuzo uthi yini ingozi ka reverse? Ivame ukwenzeka kuphi, nini futhi? Izimpendulo Loluhlobo lwengozi luvame ukwenzeka ngezimpelasonto. Loluhlobo lwengozi luvame ukwenzeka egcekeni/eyadini ngemigqibelo noma ngamasonto. Luvame ukwenzeka kanje. Uya emcimbini umoya wakho ugcwele injabulo,ulungisela ukuphuma ekhaya ,imoto iyaduma, umculo emotweni uthe ukuba phezulu kunokwejwayelekile, ngesikhathi uyongena emotweni, ukhohlwe indaba …

Ingozi Yokuhlehla/Ka reverse Read More »

Impi Yokushayelisana Kabi.

Ngizokubuza imibuzo embalwa. Ukuyiphendula ngokwethembeka kuzosiza wena ukususa lelilukuluku lempi yakho yama tissue. *Uyakwazi ukulwa ukuthi kuyi Project nje kukodwa? a) Awulwi ungazi ukuthi uzolwa nobani. b) Kumele wazi ukuthi nizolwela kuphi c) Nizolwela ini, umvuzo ungakanani? d) Ubani ozonilamula? e) Uzimisele ukuthi nilwe isikhathi esingakanani? f) Khona-ke nje esikoleni wake walwa nobani? Ngalokho-ke wazibona …

Impi Yokushayelisana Kabi. Read More »

Ingozi yomgwaqo.

Okumele ukwazi ngengozi yemoto. *Zehlukene kabili izingozi zomgwaqo 1.Ingozi lapho kulimele khona abantu *Kuloluhlobo lwengozi awuyigudluzi imoto endaweni yengozi kodwa ulinda amaphoyisa nama Ambulance . 2.Ingozi lapho kungalimalanga muntu khona. *Kuloluhlobo lwengozi…awulindi amaphoyisa ngaphambi kokugudluza izimoto. Nakhu Okumele Ukwenze *Gudluza imoto emgwaqeni *Qopha imizizima(dweba i sketch) *Indawo negama lomgwaqo lapho kwenzeke khona ingozi, eduze kwani …

Ingozi yomgwaqo. Read More »

Scroll to Top