Ingozi Yokuqudulelana

Ukuqudulelana kuwumphumela wokungahoshelani ngokwemimoya. Lapha sizogxila ekuquduleni kwabasebudlelwaneni behamba ngemoto eyodwa. Uma nihamba ngemoto ningezweni kuba umqansa ongakhwelwa mbongolo kulona oshayelayo ngoba kumele amehlo akhe adlule esitheni sakhe ekuyobhekeni lesisibuko esingaphesheya kwesokunxele, kanye naso lesi esiphakathi nendawo siyakwenza ukuthi uzithole usubona isitha sakho ngendlela engahlelekile. Umsebenzi wezibuko emotweni ubaluleke ngendlela efanayo. Ngenxa yamandla engxabano kuyenzeka …

Ingozi Yokuqudulelana Read More »