ingwenyaroadsafety

Transport Month Activation

Naz’izinto okumele uziqaphele. *Lethwese Ihlobo Liphumile ilanga Liphume lahloba kwanyakaza inyanga Kuzanamanzi Shintsha amasondo Shintsha Ama-wiper Shintsha amalambu Phatha ithoshi Phatha unxantathu Phatha isipanela samasondo nojeke Usayikhumbula i-Locknut Iyasebenza nje i gauge ka petrol/dizili? Hlela uhambo lwakho, hamba kusakhanya noma uluqale entathakusa Yazi kabanzi ngemoto ozohamba ngayo e.g deam/bright/aircon/mist. Akuphi amabhathini alezizinto? Bengisika elijikayo, ngiyabuya …

Transport Month Activation Read More »

Ithande Ingane Yakho.

Sekunomkhuba omubi owenziwa abanye abashayeli. *Kusuke sekumayelana nani uma umuntu eseshayela efunza ingane. *Isigameko lesi esibonakale senzeka e Richardsbay . *Ngiyafisa ukuthola ukuthi kusuke kuthini ekhanda laloyo mshayeli owenza lokho. *Okunye okuvame ukubonakala, ukubona umuntu eshayela egone ingane. *Wena owenza lokho ungazikhohlisi ucabange ukuthi ingane yakho uyayithanda. Engingakutshela khona ukuthi leyongane uyayizonda, ufakazi walokho ukuthatha …

Ithande Ingane Yakho. Read More »

Isithembu

Isithembu sihle kubanikazi baso kodwa siyingozi uma sizokwenziwa iphoyisa lomgwaqo (Traffic Officer). Amaphoyisa avamise ukuhamba ngamabili emotweni. Lokho kusho ukuthi imoto eyodwa isetshenzwa amaphoyisa amabili, kanjani na? *Uma iphoyisa elilodwa limisa imoto liyokhuluma nomshayeli, leli elinye lima buqamama ligade noma yini engenzeka kuleli elikhuluma nomshayeli. Ngesilungu lokho kubizwa nge back up . *Khumbula phela imoto …

Isithembu Read More »

Ingozi Yokuhlehla/Ka reverse

Ngifisa kesithi janti engozini ka reverse. Umbuzo uthi yini ingozi ka reverse? Ivame ukwenzeka kuphi, nini futhi? Izimpendulo Loluhlobo lwengozi luvame ukwenzeka ngezimpelasonto. Loluhlobo lwengozi luvame ukwenzeka egcekeni/eyadini ngemigqibelo noma ngamasonto. Luvame ukwenzeka kanje. Uya emcimbini umoya wakho ugcwele injabulo,ulungisela ukuphuma ekhaya ,imoto iyaduma, umculo emotweni uthe ukuba phezulu kunokwejwayelekile, ngesikhathi uyongena emotweni, ukhohlwe indaba …

Ingozi Yokuhlehla/Ka reverse Read More »

Ingozi yomgwaqo.

Okumele ukwazi ngengozi yemoto. *Zehlukene kabili izingozi zomgwaqo 1.Ingozi lapho kulimele khona abantu *Kuloluhlobo lwengozi awuyigudluzi imoto endaweni yengozi kodwa ulinda amaphoyisa nama Ambulance . 2.Ingozi lapho kungalimalanga muntu khona. *Kuloluhlobo lwengozi…awulindi amaphoyisa ngaphambi kokugudluza izimoto. Nakhu Okumele Ukwenze *Gudluza imoto emgwaqeni *Qopha imizizima(dweba i sketch) *Indawo negama lomgwaqo lapho kwenzeke khona ingozi, eduze kwani …

Ingozi yomgwaqo. Read More »

Qaphela Emarobhithini

*Kusuke sekumayelana nani uma ufika irobhothi livalile, uyeke ukuqalaza ubugebengu obungenzeka kodwa ukhethe ukucofa ifoni? *Kusuke kumayelana nani uma ufika erobhothini livalile ukhumbule ukuziphophotha ubuso? *Kanti abakaze bakutshele yini ngobungozi obusemarobhothini? *Awukaze ubone imoto ingenwa enye noma i-truck ngemuva ,imile erobhothini? *Awukaze ubone kushawa iwindi kuthathwe izikhwama/amakhomputha/amafoni emarobhithini? *Awukaze ubone kudunwa imoto emarobhothini? *Wena uma …

Qaphela Emarobhithini Read More »

Scroll to Top