kzntransportdept

Transport Month Activation

Naz’izinto okumele uziqaphele. *Lethwese Ihlobo Liphumile ilanga Liphume lahloba kwanyakaza inyanga Kuzanamanzi Shintsha amasondo Shintsha Ama-wiper Shintsha amalambu Phatha ithoshi Phatha unxantathu Phatha isipanela samasondo nojeke Usayikhumbula i-Locknut Iyasebenza nje i gauge ka petrol/dizili? Hlela uhambo lwakho, hamba kusakhanya noma uluqale entathakusa Yazi kabanzi ngemoto ozohamba ngayo e.g deam/bright/aircon/mist. Akuphi amabhathini alezizinto? Bengisika elijikayo, ngiyabuya …

Transport Month Activation Read More »

Isithembu

Isithembu sihle kubanikazi baso kodwa siyingozi uma sizokwenziwa iphoyisa lomgwaqo (Traffic Officer). Amaphoyisa avamise ukuhamba ngamabili emotweni. Lokho kusho ukuthi imoto eyodwa isetshenzwa amaphoyisa amabili, kanjani na? *Uma iphoyisa elilodwa limisa imoto liyokhuluma nomshayeli, leli elinye lima buqamama ligade noma yini engenzeka kuleli elikhuluma nomshayeli. Ngesilungu lokho kubizwa nge back up . *Khumbula phela imoto …

Isithembu Read More »

Ingozi Yokuhlehla/Ka reverse

Ngifisa kesithi janti engozini ka reverse. Umbuzo uthi yini ingozi ka reverse? Ivame ukwenzeka kuphi, nini futhi? Izimpendulo Loluhlobo lwengozi luvame ukwenzeka ngezimpelasonto. Loluhlobo lwengozi luvame ukwenzeka egcekeni/eyadini ngemigqibelo noma ngamasonto. Luvame ukwenzeka kanje. Uya emcimbini umoya wakho ugcwele injabulo,ulungisela ukuphuma ekhaya ,imoto iyaduma, umculo emotweni uthe ukuba phezulu kunokwejwayelekile, ngesikhathi uyongena emotweni, ukhohlwe indaba …

Ingozi Yokuhlehla/Ka reverse Read More »

Ingozi yomgwaqo.

Okumele ukwazi ngengozi yemoto. *Zehlukene kabili izingozi zomgwaqo 1.Ingozi lapho kulimele khona abantu *Kuloluhlobo lwengozi awuyigudluzi imoto endaweni yengozi kodwa ulinda amaphoyisa nama Ambulance . 2.Ingozi lapho kungalimalanga muntu khona. *Kuloluhlobo lwengozi…awulindi amaphoyisa ngaphambi kokugudluza izimoto. Nakhu Okumele Ukwenze *Gudluza imoto emgwaqeni *Qopha imizizima(dweba i sketch) *Indawo negama lomgwaqo lapho kwenzeke khona ingozi, eduze kwani …

Ingozi yomgwaqo. Read More »

Mec Ntuli Visits Grief-Stricken Families Of Two Girls Killed In A Crash Involving Kwa-Nongoma Mayor’s Vehicles

Press Release | 18 July 2020 KwaZulu-Natal MEC for Transport, Community Safety and Liaison, Bheki Ntuli today visited the families of the two girls who were ran over by a backup vehicle escorting KwaNongoma Mayor. The incident happened on the R66 in White City on Thursday afternoon. Immediately after receiving news about the accident MEC Ntuli …

Mec Ntuli Visits Grief-Stricken Families Of Two Girls Killed In A Crash Involving Kwa-Nongoma Mayor’s Vehicles Read More »

Scroll to Top