Ingozi Edalwa Ukuphuthaza Ifoni.
Uyabazi ubunzima bokuphuthaza ifon, ikhala phansi kwesihlalo semoto, kulowomzuzu imoto uyibambe phansi? *Ake ungixoxele noma uxoxele umngani wakho ngengozi eyacishe yadaleka noma eyadaleka ngesikhathi uphuthaza ifoni. *Ngesikhathi uyiphuthaza, akukaze kufike emqondweni wakho ukuthi akonakele usazomfonela lowomuntu? *Akukaze kukufikele emqondweni ukuthi mhlawumbe ayibalulekile kangako njalo naleyofoni? *Awukaze ucabange nje nokuthi njengoba ikhala emajukujukwini nje ukuyifuna, uzobe …