Ayanda Msweli

Traffic anchor on Ukhozi fm.

Isifonyo(Mask)

Imibuzo Engenampendulo *Ngempela nje yini ebukhuni ngokufaka isifonyo? *Kuba buhlungu kuphi uma ufake isifonyo? *Kukwenza ubengcono ngani ukungasifaki isifonyo? *Uzothola mklomelo muni ngokungasifaki isifonyo? *Kumayelana nani ukungalaleli umthetho oshayiwe? *Manje uma kukhulunywa ngalesisifo ubona ukuthi kuyadlalwa nje? *Uyakwazi ukubaluleka kwempilo? *Lenkani onayo wazalwa nayo noma uyithole ngendlela nje? *Ikhona bunsizwa nobuntombi lokhu okwenzayo kokungasifaki isifonyo? …

Isifonyo(Mask) Read More »

Ingozi Edalwa Ukuphuthaza Ifoni.

Uyabazi ubunzima bokuphuthaza ifon, ikhala phansi kwesihlalo semoto, kulowomzuzu imoto uyibambe phansi? *Ake ungixoxele noma uxoxele umngani wakho ngengozi eyacishe yadaleka noma eyadaleka ngesikhathi uphuthaza ifoni. *Ngesikhathi uyiphuthaza, akukaze kufike emqondweni wakho ukuthi akonakele usazomfonela lowomuntu? *Akukaze kukufikele emqondweni ukuthi mhlawumbe ayibalulekile kangako njalo naleyofoni? *Awukaze ucabange nje nokuthi njengoba ikhala emajukujukwini nje ukuyifuna, uzobe …

Ingozi Edalwa Ukuphuthaza Ifoni. Read More »

Qaphela Emarobhithini

*Kusuke sekumayelana nani uma ufika irobhothi livalile, uyeke ukuqalaza ubugebengu obungenzeka kodwa ukhethe ukucofa ifoni? *Kusuke kumayelana nani uma ufika erobhothini livalile ukhumbule ukuziphophotha ubuso? *Kanti abakaze bakutshele yini ngobungozi obusemarobhothini? *Awukaze ubone imoto ingenwa enye noma i-truck ngemuva ,imile erobhothini? *Awukaze ubone kushawa iwindi kuthathwe izikhwama/amakhomputha/amafoni emarobhithini? *Awukaze ubone kudunwa imoto emarobhothini? *Wena uma …

Qaphela Emarobhithini Read More »

Extension For Validity Period Of Learner’s Licences, Driving Licence Cards, Licence Discs, Professional Driving Permits And Registration Of Motor Vehicles

AMENDMENT OF THE DIRECTIONS ISSUED IN TERMS OF REGULATION 4(7)(B) OF THE REGULATIONS MADE UNDER SECTION 27(2) OF THE DISASTER MANAGEMENT ACT, 2002 (ACT NO. 57 OF 2002): MEASURES TO ADDRESS, PREVENT AND COMBAT THE SPREAD OF COVID19: DETERMINATION OF EXTENSION FOR VALIDITY PERIOD OF LEARNER’S LICENCES, DRIVING LICENCE CARDS, LICENCE DISCS, PROFESSIONAL DRIVING PERMITS …

Extension For Validity Period Of Learner’s Licences, Driving Licence Cards, Licence Discs, Professional Driving Permits And Registration Of Motor Vehicles Read More »

Mec Ntuli Visits Grief-Stricken Families Of Two Girls Killed In A Crash Involving Kwa-Nongoma Mayor’s Vehicles

Press Release | 18 July 2020 KwaZulu-Natal MEC for Transport, Community Safety and Liaison, Bheki Ntuli today visited the families of the two girls who were ran over by a backup vehicle escorting KwaNongoma Mayor. The incident happened on the R66 in White City on Thursday afternoon. Immediately after receiving news about the accident MEC Ntuli …

Mec Ntuli Visits Grief-Stricken Families Of Two Girls Killed In A Crash Involving Kwa-Nongoma Mayor’s Vehicles Read More »

Minister of Transport Supports NTA Initiatives

Attention: Transport reporters / Editors and all mediaDate: 17th July 2020For immediate release The National Taxi Alliance met with the Minister of transport on Wednesday wherein the minister briefed the(NTA) leadership about matters pertaining to the new regulations on the 100 % and 70% taxi loading capacityon local and long distance respectively, as and the …

Minister of Transport Supports NTA Initiatives Read More »

Ingozi Yokuqudulelana

Ukuqudulelana kuwumphumela wokungahoshelani ngokwemimoya. Lapha sizogxila ekuquduleni kwabasebudlelwaneni behamba ngemoto eyodwa. Uma nihamba ngemoto ningezweni kuba umqansa ongakhwelwa mbongolo kulona oshayelayo ngoba kumele amehlo akhe adlule esitheni sakhe ekuyobhekeni lesisibuko esingaphesheya kwesokunxele, kanye naso lesi esiphakathi nendawo siyakwenza ukuthi uzithole usubona isitha sakho ngendlela engahlelekile. Umsebenzi wezibuko emotweni ubaluleke ngendlela efanayo. Ngenxa yamandla engxabano kuyenzeka …

Ingozi Yokuqudulelana Read More »

Scroll to Top